Uqothukelwa izinwele?

• ZOMILE
• ZILULA! ZIYAPHELA
• ZIYAQOTHUKA
• ZIYIMPANDLA NOMA KAZISAMILI NHLOBO
• UNGAKHATHAZEKI.
 
Ukuqothuka kwezinwele kudalwa ukweluka kanye nemithi ehlukene yokulula izinwele enamakhemikhali  Kungenzeka ukuthi ngenxa yokuqothuka usuphelelwe ukuzethemba ngoba ubuhle bomuntu wesifazane busekhanda. Khululeka iHair fix izokusiza.
 
Sebenzisa kanje:

Futha iHair Fix kabili kuya kathathu lapho uqothuke khona bese uhlikihla ngesineke imizuzu emibili. Yishiye ubusuku bonke, washa ikhanda ngamanzi noma nge shampoo ekuseni. Phinda njalo ebusuku kuze kuphele ibhodlela.
 
iHair Fix ungayisebenzisela ukunakekela izinwele noma ungaqothukile ukuze zihlale zinempilo.